ref # 3057

print
R 290 000 (15 934 USD*)

select a 2nd currency

5
1
1

UNGAVUMI LELITHUBA LIKUDLULE!

Idwala property group likutholele umuzi eAdams eZwelisha
Lomuzi awuphelile kodwa kusele kancane nje uphele, kusele plaster namawindi nezivalo kuohela.
Usendaweni enhle kakhulu nethulile, useduze nezikole ne transport eseduze.
Amanzi asegcekeni nemoto iyangena futhi.
Lomuzi unamakamere awu 4 ngaphakathi nebharoom enkulu okungangena shawa nobhavu. Kukhona nekamere elingaphandle, nekhishi elihamba ne lawunji Kanye negaraji elilodwa.
Kunesthabathake segceke eliqondile elihle kakhulu. CASH ONLY NO BOND

UNGAVUMI LELITHUBA LUKUBA NEKHAYA LIKUDLULE



Message Agent